Uvalo

Lyrics
[Chorus] God is on my side anginalo uvalo ang'sabi lutho Amadimoni ngizowanyathela ang'sabi niks Nawe sitha sami naka impilo yakho Ukhohlwe yimi sonke sazalwa s'fumbethe God is on my side anginalo uvalo ang'sabi lutho Amadimoni ngizowanyathela ang'sabi niks Nawe sitha sami naka impilo yakho Ukhohlwe yimi sonke sazalwa sfumbethe [Verse 1] Ngicel' ukukubonga Nkosi Ukuthi ungigcine kwaze kwaba la Ngikhalela abangaboni ukhuti Uthando Iwakho luyaphilisa Ungthule umthwalo ngathi uyabona Bengekho ozongbambisa Ake ngibonge nje lapho Ngingabongi ok'ningi nje impilo UNkulunkulu wenze imlingo ngempilo yami From zero to hero wemngan' wami Wathi kimi wemfana thatha la nali ikhono Hamba uyobusisa abantu bami Bayakhal' bayakhala sadedela isinamuva Buka manje liyabukwa Ndlala iphelile syasutha webafana Ngith' webafana ngyinikhuza Ngeke niymele 'mayisuka Umona yifa leziphukuphuku Wesitha sami syoshayana ngezulu [Chorus] God is on my side anginalo uvalo ang'sabi lutho Amadimoni ngizowanyathela ang'sabi niks Nawe sitha sami naka impilo yakho Ukhohlwe yimi sonke sazalwa s'fumbethe God is on my side anginalo uvalo ang'sabi lutho Amadimoni ngizowanyathela ang'sabi niks Nawe sitha sami naka impilo yakho Ukhohlwe yimi sonke sazalwa sfumbethe [Verse 2] Ukungdlela umona Ngtshele kuyok'siza ngani Noma ungangbulala ukuhlakanipha okwami Nako kuyohamba nami Ngiphilela impilo yami angilweli ukuba UNumber one Ngilwela ukphila nginakekele umndeni wami Bangakhuluma bakhulume bakhulume Kuze kuxege imilomo Ngizoloku ngiyiphusha njalo Lempilo eyiskorokoro Cela okhokho baxoshe inzondo Balethe umnotho matlohonolo Aathi amakholwa ungafisi okwamakhelwane wakho Neliswa yilokh' okwakho [Chorus] God is on my side anginalo uvalo ang'sabi lutho Amadimoni ngizowanyathela ang'sabi niks Nawe sitha sami naka impilo yakho Ukhohlwe yimi sonke sazalwa s'fumbethe God is on my side anginalo uvalo ang'sabi lutho Amadimoni ngizowanyathela ang'sabi niks Nawe sitha sami naka impilo yakho Ukhohlwe yimi sonke sazalwa sfumbethe
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Sjava