Ngiyabonga

Lyrics
[Intro] Ngiyabonga (Thank you) Ngyabonga Ngibonge nabangasekho ekhaya oBhungane Eshe [Chorus] Nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla Ngikwazi ukuvus' umuzi kababa Kunini ngilokhu ngizabalaza Nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla Ngikwazi ukuvus' umuzi kababa Kunini ngilokhu ngizabalaza [Post-Chorus] Manje nami senginekhaya Ujabulile umama Uthi ukuzala ukuzelula Basheshe bahleka Manje nami senginekhaya Ujabulile umama Uthi ukuzala ukuzelula Basheshe bahleka [Verse 1] Yazi ngike ngihlale phansi ngiybuze (Iybusiso eyngaka ngabe kwenzenjani na?) Ngabe konke lokhu ukupha omunye (Ngoba mina nginjani yini ukhethe mina bo?) Nkosi yathi mtanami ungayibuzi imibuzo Ngoba impendulo ithi kulobunzima ophuma kubo Yakhumbula kunzima umamakho bemhleka Iymvula ezingapheli emgwaqeni zimnetha Uzama uhluleka kodwa ulokhu ukhuleka Thatha iybusiso ngoba awulahlanga ithemba [Chorus] Nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla Ngikwazi ukuvus' umuzi kababa Kunini ngilokhu ngizabalaza Nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla Ngikwazi ukuvus' umuzi kababa Kunini ngilokhu ngizabalaza [Post-Chorus] Manje nami senginekhaya Ujabulile umama Uthi ukuzala ukuzelula Basheshe bahleka Manje nami senginekhaya Ujabulile umama Uthi ukuzala ukuzelula Basheshe bahleka [Verse 2] Ngoba ngicula lengoma Ngithanda ukuyicula ngedwa Nawe bekezela owakho umndeni uzowakhela UHlengiwe Mhlaba wath' uyalalela Futhi wayengaqambi amamanga Buka manje uNkululu uyangibh'lesa We mama mina ngiyakuthanda mama wami Ubaba kuthiw' uyidlozi elihle empilweni yami [Chorus] Nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla Ngikwazi ukuvus' umuzi kababa Kunini ngilokhu ngizabalaza Nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla Ngikwazi ukuvus' umuzi kababa Kunini ngilokhu ngizabalaza [Post-Chorus] Manje nami senginekhaya Ujabulile umama Uthi ukuzala ukuzelula Basheshe bahleka Manje nami senginekhaya Ujabulile umama Uthi ukuzala ukuzelula Basheshe bahleka
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Sjava