Dali

Album cover art for "Dali" by Sjava

Sjava - R&B, South Africa

Dali

38.9K Plays

View ArtistView Album

Lyrics

Language:

[Intro] Mina ungethul' umthwalo Mina ungethul' umthwalo [Verse 1] Uthando lwami bengikunika lona Bekungelakho wedwa Emhlabeni sthandwa sami bekungekho omunye Bengith' uyithemba lami Ngoba ikusasa lami bengilibona kuwe Bengithi sohlukaniswa yikufa nawe Kanti lutho Bengithi uzongivikel'etheni zami Kanti ngobulawa nguwe Sekusobala kuthi konke wakusho ngami Okuhle you never meant it Ngiyisilima yazi ngoba Every time you told me that you loved me I believed it [Pre-Chorus] Kodwa inhliziyo yami Iyafuna ukukuxolela Inqgondo angeke ivume Ngibuz'ukuthi Ngabe yini lengaka yini lengaka Akunika yona, ongayitholi kimi Engabe yini lengaka yini lengaka Akunika yona Enginganayo mina [Chorus] Awu, dali Dali, sthandwa sami Awu, dali Dali, sthandwa sami Kanti yini ungenza nje Kanje kanjena [Verse 2] Kuningi engikufuna kuwe bengikufuna kuwe Mina into elula engekho ingkinga dali Kunye ukuthi uthando lwethu lube Injabulo inyembezi ngabi into eseduze Bengikuthemba ngempilo yami Manje ngikhala kuze kuse Akekho ozongiduduza Ngathi ngavele ngiduke [Pre-Chorus] Kodwa inhliziyo yami Iyafuna ukukuxolela Inqgondo angeke ivume Ngibuz'ukuthi Ngabe yini lengaka yini lengaka Akunika yona, ongayitholi kimi Engabe yini lengaka yini lengaka Akunika yona Enginganayo mina [Chorus] Awu, dali Dali, sthandwa sami Awu, dali Dali, sthandwa sami Kanti yini ungenza nje Kanje kanjena [Outro] Mina ngaakuthanda bethi ngisuke kuwe Ngakuthanda bethi ngibonani kuwe Ngakuthanda bethi sokesibone Ngakuthanda baby Mina ngaakuthanda bethi ngisuke kuwe Ngakuthanda bethi ngibonani kuwe Ngakuthanda bethi sokesibone Ngakuthanda baby

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Writers
  • Sjava