Impilo

Album cover art for "Impilo" by Sjava

Sjava - R&B, South Africa

Impilo

21.9K Plays

View ArtistView Album

Lyrics

Language:

Sengaze kuf'umuntu Sengaze kuf'umuntu Ngenxa yothando [Chorus] Ngiyazi akukho lula Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile Kodwa impilo kumele iqhubeke Kuyokusiza ngani ukumgwaza Kuyok'siza ngani ukumdubula,umshise, myekele Kodwa impilo kumel'qhubeke [Verse 1] Khala some mntaka ma Seza ndlula lezontsuku Sisa khula sithandana Kwakumnandi emhlabeni Ngith'akusekho lokho Sekuy'phupho lokho 'thi iyanciph'imishado Kwand'imingcwabo [Chorus] Ngiyazi akukho lula Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile Kodwa impilo kumele iqhubeke Kuyokusiza ngani ukumgwaza Kuyok'siza ngani ukumdubula,umshise, myekele Kodwa impilo kumel'qhubeke [Verse 2] Anibize abadala, bashise impepho emsamu Nibize nabafundisi bathandaze Ngith'akusekho lokho siya qhuma islilo Iyanciph'imshado kwand'imingcwabo Ngoba akume njalo Bazophela oh mama bethu Bazophela oh odade kwethu Zopheli ngane Sekwanele, sekwanele leligazi el'chithekile selanele [Chorus] Ngiyazi akukho lula Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile Kodwa impilo kumele iqhubeke Kuyokusiza ngani ukumgwaza Kuyok'siza ngani ukumdubula,umshise, myekele Kodwa impilo kumel'qhubeke

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Writers
  • Sjava