Confession

Album cover art for "Confession" by Sjava

Sjava - Rap, IsiZulu

Confession

24.5K Plays

View ArtistView Album

Lyrics

Language:

[Intro] Yeah, yeah Ngine-Confession Ngicel uk'-confess(a) [Chorus] Ngine-Confession Ngicel uk'-confess(a), yeah Ngine-Confession, yeah Baby ngicel uku-confess(a) Yazi ngiyasab' ukuk'thanda 'Saba ukuthi angeke ungithande the way, ngikuthanda ngakhona Yeah Ngyasaba ukukthanda 'Saba ukuthi angeke ungithande the way Ngikuthanda ngakhona [Post-Chorus] Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Ngyavakasha na? Emaphusheni akho Enhlizizweni yakho, Nginendawo na? Nginekhaya na? Ngingalala na? Ngihlale ngiyibuza ,Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Ng'yavakasha na? Emaphusheni akho Enhliziyweni yakho Nginendawo na? Nginekhaya na? Ngingalala na? Malingishonel'ilanga [Verse 1] Ukufihl' ak'sizi ngcono ngvele ngiphumele obala Ngikutshele ngendlela engizizwa ngayo Ngyavuma angiphiki Ukuthi uyangithanda Inkinga abukho ubufakazi Izenzo azisasho lutho Nokuthi 'I love you' sekwaba yinto elula Elula usungayisho nanoma kubani Ayisena value Uthando lwamanga Nolweqiniso lupendwe ngombala ofanayo Hlampe wisigebengu [Bridge] Ngixolele, ngixolele Nami kumele ngiy'vikele Ngixolele, ngixolele Nami kumele ngiy'vikele Wemntanomuntu [Chorus] Ngine-Confession Ngicel uk'-confess(a), yeah Ngine-Confession, yeah Baby ngicel uku-confess(a) Yazi ngiyasab' ukuk'thanda 'Saba ukuthi angeke ungithande the way, ngikuthanda ngakhona Yeah Ngyasaba ukukthanda 'Saba ukuthi angeke ungithande the way Ngikuthanda ngakhona [Post-Chorus] Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Ngyavakasha na? Emaphusheni akho Enhlizizweni yakho, Nginendawo na? Nginekhaya na? Ngingalala na? Ngihlale ngiyibuza ,Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Ng'yavakasha na? Emaphusheni akho Enhliziyweni yakho Nginendawo na? Nginekhaya na? Ngingalala na? Malingishonel'ilanga [Verse 2] Ngob' umuhle, unakho konke, aw'shodi ngalutho lapho uphuma khona, k'onakalaphi? You're too good to be true Ngabe 'khona engingakwazi yini? Makukhona, 'cela ukhulume manje, kusese neskhathi K'mele ungithembise ukuthi mangivuma lana K'sasa angeke ungijikele Ngith' umzimba u-right, konke ku-right INhliziyo yami yiyo k'phela ekhathele K'mele ngihlale ng'phapheme [Bridge] Ngixolele, ngixolele Nami kumele ngiy'vikele Ngixolele, ngixolele Nami kumele ngiy'vikele Wemntanomuntu [Chorus] Ngine-Confession Ngicel uk'-confess(a), yeah Ngine-Confession, yeah Baby ngicel uku-confess(a) Yazi ngiyasab' ukuk'thanda 'Saba ukuthi angeke ungithande the way, ngikuthanda ngakhona Yeah Ngyasaba ukukthanda 'Saba ukuthi angeke ungithande the way Ngikuthanda ngakhona [Post-Chorus] Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Ngyavakasha na? Emaphusheni akho Enhlizizweni yakho, Nginendawo na? Nginekhaya na? Ngingalala na? Ngihlale ngiyibuza ,Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Ng'yavakasha na? Emaphusheni akho Enhliziyweni yakho Nginendawo na? Nginekhaya na? Ngingalala na? Malingishonel'ilanga

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Writers
  • Sjava