Eweni

Lyrics
[Intro: Sjava] Sala kutshelwa, mhlambe yimi Mhlambe ngiyobona ngomopho [Chorus: Sjava] 'Ngathi ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni Ngithi angisaboni noma konakala ngiwela eweni Bathi ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni Ngithi angisaboni noma konakala ngiwela eweni Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe) Angibambeki, angikhuzeki Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe Angibambeki [Verse 1: Mzukulu] Ngangikulobole ngenhloso eyodwa Ngangithanda ukuma kwakho Ngangingazitsheli ukuthi koze... Ngangikulobole ngenhloso eyodwa Ngangichazwa ukuma kwakho Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje Ngangikulobole ngenhloso eyodwa Ngangichazwa ukuma kwakho Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje Namhlanje ungumkami, ungumkami Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje Ngangikulobole ngenhloso eyodwa [Chorus: Sjava] 'Ngathi ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni Ngithi angisaboni noma konakala ngiwela eweni Bathi ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni Ngithi angisaboni noma konakala ngiwela eweni Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe) Angibambeki, angikhuzeki Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe Angibambeki [Verse 2: Anzo] Yeyi, angikafun' ukuzwa lutho Beng'ngak'funga ukufa kom'ntu Ngang' ngak' qhuba ukusuka kothul' Ng'yafunga, ngiyagomela Makakuhluph' umuntu kulokhu Lalingaqhuma ukhuni kumuntu 'Mayengacuphu uchuku umuntu Wami engim'thandayo, oh yeah Yena ulubambo, oh [Chorus: Sjava] 'Ngathi ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni Ngithi angisaboni noma konakala ngiwela eweni Bathi ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni Ngithi angisaboni noma konakala ngiwela eweni Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe) Angibambeki, angikhuzeki Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe Angibambeki
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Anzo
- Mzukulu
- Sjava