Amagama

Lyrics
[Chorus] Amagam' othando akhona emhlabeni Engak' biza ngawo awanele Amagam' othando akhona emhlabeni Engak' biza ngawo awanele Amagam' othando akhona emhlabeni Engak' biza ngawo awanele Amagam' othando akhona emhlabeni Engak' biza ngawo awanele Ngoba ab'sekho ubuhle obunjena Lokhu ngak'gcina ngoWinnie Mandela Ngoba absekho ubuhle obunjena Lokhu ngak'gcina ngoWinnie Mandela Ngak'biza sweety , ngik'bize lovey (kodwa law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho) Ngakbiza baby , ngikbize nunu (kodwa law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho) [Verse 1] Ngcela ukungacishi ilambu Ng'funa uk'bona izishebo zami Ngicela ungishikilele mkami Akekho ozosibona yimi nawe Baby turn around, maye babo! Ngidla kahle belele abafana Elawini, elawini Lapho es'thola khona injabulo... [Chorus] Amagam' othando akhona emhlabeni Engak' biza ngawo awanele Amagam' othando akhona emhlabeni Engak' biza ngawo awanele Amagam' othando akhona emhlabeni Engak' biza ngawo awanele Amagam' othando akhona emhlabeni Engak' biza ngawo awanele Ngoba ab'sekho ubuhle obunjena Lokhu ngak'gcina ngoWinnie Mandela Ngoba ab'sekho ubuhle obunjena Lokhu ngak'gcina ngoWinnie Mandela Ngak'biza sweety , ngik'bize lovey (kodwa law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho) Ngak'biza baby , ngik'bize nunu (kodwa law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho) [Verse 2] Ngath' uNkulunkulu mayekudala, wayengajahanga Ngith' Awushodi ngalutho wena Bonke bahle mawungekho wena Avele akhale amakhwela Kumamatheka umhlaba unyawo mawul'beka (kunyathela undlunkulu) Akekho ozongithathela , wena baby ngingak'fela Ngawe ngingalwa ngibe bovu Ushisa okudlula istofu Ngathi ngingakushela kabili. Ungiqome kabili Ngathi ngingagibela phezu kweCarlton center Ngitshele umhlaba wonke ukuthi uwumuntu wami [Chorus] Amagam' othando akhona emhlabeni Engak' biza ngawo awanele Amagam' othando akhona emhlabeni Engak' biza ngawo awanele Amagam' othando akhona emhlabeni Engak' biza ngawo awanele Amagam' othando akhona emhlabeni Engak' biza ngawo awanele Ngoba ab'sekho ubuhle obunjena Lokhu ngak'gcina ngoWinnie Mandela Ngoba absekho ubuhle obunjena Lokhu ngak'gcina ngoWinnie Mandela Ngak'biza sweety , ngik'bize lovey (kodwa law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho) Ngakbiza baby , ngikbize nunu (kodwa law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho)
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Sjava