Intombi

Album cover art for "Intombi" by Sjava

Sjava - Pop, South Africa

Intombi

5.8K Plays

View ArtistView Album

Lyrics

Language:

[Intro] Awu gege lagege ntombi za mgegele Awkho soka ladla kahle imbhani ekhaya [Chorus] Intombi ishelwa nga manga Ngith' angisi isigebengu Ngith' angiphuzi, angibhemi Intombi ishelwa nga manga Ngith' angisi isigebengu mina sisi Angiphuzi, angibhemi Uthi uya ngifaka? Noma uya ngikhipha? Ma ungkhipha ungikhiph' ekuhluphekeni Ungifake enhl'zweni yakho Uthi uya ngifaka? Noma uya ngkhipha? Ma ungifaka ungifake enhl'zweni yakho Ungikhiphe ekuhluphekeni {Verse 1] Wee ntombi a ume lapho Miswa yimina, umiswa ngumendo Umshado okhulumayo (eish) Ngith' yaz' ngilahle inumber yami Okwami kwe zandla Ngicele unginike yakho Ngiyazi iqala ngo zero [Pre-Chorus} Ngith' akekho omunye Omuhle kunawe umhlaba wonke Jikelele Ngithi akekho omunye Omuhle kunawe umhlaba wonke Jikelele [Chorus] Intombi ishelwa nga manga Ngith' angisi isigebengu Ngith' angiphuzi, angibhemi Intombi ishelwa nga manga Ngith' angisi isigebengu mina sisi Angiphuzi, angibhemi Uthi uya ngifaka? Noma uya ngikhipha? Ma ungkhipha ungikhiph' ekuhluphekeni Ungifake enhl'zweni yakho Uthi uya ngifaka? Noma uya ngkhipha? Ma ungifaka ungifake enhl'zweni yakho Ungikhiphe ekuhluphekeni [Bridge] We ntombi Ngith' awuqome Lashoni ilanga Ngikutsheli into uyodwa (habe) Lahla ukudlala ngami muntu omuhle Thanda mina ngithande wena Ngeke ngikudidise (eish) Mhlawumbe ukhathele Nje ngoba ngibhonga ngolaka kanje Mina ukugijima enqondweni yami Baby awuphumule [Pre-Chorus} Ngith' akekho omunye Omuhle kunawe umhlaba wonke Jikelele Ngithi akekho omunye Omuhle kunawe umhlaba wonke Jikelele [Chorus] Intombi ishelwa nga manga Ngith' angisi isigebengu Ngith' angiphuzi, angibhemi Intombi ishelwa nga manga Ngith' angisi isigebengu mina sisi Angiphuzi, angibhemi Uthi uya ngifaka? Noma uya ngikhipha? Ma ungkhipha ungikhiph' ekuhluphekeni Ungifake enhl'zweni yakho Uthi uya ngifaka? Noma uya ngkhipha? Ma ungifaka ungifake enhl'zweni yakho Ungikhiphe ekuhluphekeni

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Writers
  • Sjava