Amaphiko

Lyrics
[Chorus: Sjava] K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni K'thiw' umuntu wakho ungazi kuth' uyimiseleni ngawe K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni K'thiw' umuntu wakho ungazi kuth' uhleleni ngawe [Post-Chorus: Sjava] Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma, uyamb' awusabuyi Uz'ufike emnyango, ungavinjiwe Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma uyahamba Uz'ufike emnyango ungavinjwe [Verse 1: Sjava] Uyobona lapho Ukuthi akusiz' ukuduba Kodwa ub'ungancengiwe Uyobona lapho, ukuthi akusizi ukuduba Kodwa ub'ungancengiwe Why ungibuz' ukuthi I won't fight for you Futh' uwena othe langaphandle khona abangcono, mina I don't deserve you Manje ung'fonela udakiwe ngabo 3 ek'seni Ujuthwa uSummer Walker Uyangthuka ufuna silwe, sorry, I don't need that energy No woman no cry, woman no cry Ngidlala uBob Marley on repeat, peace [Chorus: Sjava] K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni K'thiw' umuntu wakho ungazi kuth' uyimiseleni ngawe K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni K'thiw' umuntu wakho ungazi kuth' uhleleni ngawe [Post-Chorus: Sjava] Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma, uyamb' awusabuyi Uz'ufike emnyango, ungavinjiwe Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma uyahamba Uz'ufike emnyango ungavinjwe [Verse 2: Saudi] I will never fight you, ngeke ngik'vimbe I really hope ungcono ke lomtholile Akafani nami, fani nami Akafani nami, fani nami How am I at fault wuwe okhethile? Ngizobe ngikulandelelani? It's not like ung'lindile Nge'ngikhone I can't Argue nawe ngeke ngilunge Sisi uzoziphikisa uz'ukhathale angikho lapho [Chorus: Sjava] K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni K'thiw' umuntu wakho ungazi kuth' uyimiseleni ngawe K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni K'thiw' umuntu wakho ungazi kuth' uhleleni ngawe [Post-Chorus: Sjava] Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma, uyamb' awusabuyi Uz'ufike emnyango, ungavinjiwe Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma uyahamba Uz'ufike emnyango ungavinjiwe [Outro: Saudi] I'm not a player, ngine habit yokushela Nge'ngikhone ukuk'khalela, I'll be on to the next one Calm down, ukhalelani? Nayi i-Twin Saver I'm not gonna save ya, zama i-police station Hay ukuthi angikufateli, ukuthi angik'ncengi Who gon replace me? Ngiyakutshela I'm not asking
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Sjava
- Ruff
- Saudi