Grounding

Lyrics
[Intro; Sjava] Ooh yeah Ooh yeah [Chorus; Sjava] K'thiw' umama uyakhala ekhaya Uthi, ''Mtanami ng'cela uganwe" Ngamtshel' uthando lwamanje selihlukile manje l'gcwele udlame Wathi, "Ngiyaz' akukholula wemtanami kodwa ng'cel' uzame" "Nawe uyabon' ukuthi ilanga liyak'shonela manje, luth' iy'ngane" [Post-Chorus; Sjava] Kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka? Amantombazane ayefana Nalona omusha uyok'xaka Kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka? Yeka uk'shela uyemsamo Awazi umfazi uyacelwa? Kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka? Amantombazane ayefana Nalona omusha uyok'xaka Kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka? Yeka uk'shela uyemsamo Awazi umfazi uyacelwa? [Verse: Sjava] Mama nami ngiyafisa ukugcagcwela ng'fane nezinye insizwa nami Nawe mama uy'qhenye ngami Okwahlula ubaba ukubone ngami Sengilimale kakhulu othandweni ah Inhliziyo yami iyopha ma Yizo zonke lezo izathu zami Mama uzongixolela ngalenqumo zami Ngiyazi bayak'piklela bathi [Refrai: Sjava] Gabi, Gabi Gabi, Gabi Wemfazi ongazalanga Uyothi wabonani? Gabi, gabi Gabi, gabi Wemfazi ongazalanga Uyothi wabonani? Mhla ziw'shaya emabaleni akwami [Chorus; Sjava] K'thiw' umama uyakhala ekhaya Uthi, "Mtanami ng'cela uganwe" Ngamtshel' uthando lwamanje selihlukile manje l'gcwele udlame Wathi, "Ngiyaz' akukholula wemtanami kodwa ng'cel' uzame" "Nawe uyabon' ukuthi ilanga liyak'shonela manje, luth' iy'ngane" [Post-Chorus; Sjava] Kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka? Amantombazane ayefana Nalona omusha uyok'xaka Kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka? Yeka uk'shela uyemsamu Awazi umfazi uyacelwa? Kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka? Amantombazane ayefana Nalona omusha uyok'xaka Kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka? Yeka uk'shela uyemsamu Awazi umfazi uyacelwa?
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Sjava
- Delayde
- Webmoms