Wamuhle

Lyrics
[Intro] This is the realest I ever wrote [Hook] Waze wamuhle sthandwa sami , umuhle usuthuli ebhokisini Waze wamuhle ngathi uzovuka Waze wamuhle themba lami , umuhle usuthuli ebhokisini Waze wamuhle ngathi uzovuka Ngathi uzovuka ungibambe futhi Ngathi uzongisula izinyembezi futhi Ngathi uzothi asiguqe sithandaze futhi Ungitshel' ukuthi konke kuzoba right Ngathi uzovuka ungibambe futhi Ngathi uzongisula izinyembezi futhi Ngathi uzothi asiguqe sithandaze futhi Ungitshel' ukuthi konke kuzoba right I'm waiting. I'm waiting I'm waiting , I'm waiting I'm waiting for you to call again [Verse] Ngigcina ukuk'bona , wathi uzongfonela Namanje ngisalindile , ifoni isathule weh Ngigcina ukuk'bona , wathi uzongfonela Namanje ngisalindile , ifoni isathule weh Ngilahlekelwe uyazi , ukuthi abantu abazi Inhliziyo ibhlungu uyazi , ukuthi abantu abazi Goodbye , goodbye , goodbye Konke ebesikuhlanganisile mina nawe emhlabeni sekuphelile Goodbye my lover, goodbye my friend Konke ebesikuhlanganisile mina nawe emhlabeni sekuphelile See you on the other side, other side Maw'kuthi siyabonana ngempela mase sihambile emhlabeni See you on the other side See you on the other side See you on the other side See you on the other side
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Sjava