Uyena (Live)

Lyrics
[Intro] Let's go Wanna take it there? [Chorus] Unkulunkulu kuphela owaziyo ngek'sasa lami Omunye othi uyazi uqamba amanga Ngoba uyena Bathi uyena Unkulunkulu kuphela owaziyo ngek'sasa lami Omunye othi uyazi uqamba amanga Ngoba uyena Bathi uyena [Post-Chorus] Ngiphethe uMadida inkalatha Inqokonqoko Angina stress ngihamba phansi Ngoba uyena Bathi uyena Bathi wafika usathane nebandla lakhe Samquma impondo Samqumba phansi Ngoba uyena Bathi uyena [Refrain] [Chorus] Unkulunkulu kuphela owaziyo ngek'sasa lami Omunye othi uyazi uqamba amanga Ngoba uyena Bathi uyena Unkulunkulu kuphela owaziyo ngek'sasa lami Omunye othi uyazi uqamba amanga Ngoba uyena Bathi uyena [Post-Chorus] Ngiphethe uMadida inkalatha Inqokonqoko Angina stress ngihamba phansi Bathi uyena Bathi uyena Bathi wafika usathane nebandla lakhe Bathi samquma impondo Samqumba phansi Bathi uyеna Bathi uyena [Refrain] [Chorus] Unkulunkulu kuphela owaziyo ngek'sasa lami Omunyе othi uyazi uqamba amanga Ngoba uyena (Yena yedwa) Yena Unkulunkulu kuphela owaziyo ngek'sasa lami Omunye othi uyazi uqamba amanga Ngoba uyena (Yena yedwa) Bathi uyena (Yena yedwa) [Post-Chorus] Aw bathi uyena uMadida inkalatha Inqokonqoko Angina stress ngihamba phansi Ngoba uyena (Yena yedwa) Ngoba uyena (Yena yedwa) Bathi wafika usathane nebandla lakhe Bathi samquma impondo Samqumba phansi Ngoba uyena (Yena yedwa) Ngoba uyena (Yena yedwa) [Interlude] Akekho omunye umuntu ozok'tshela ngek'sasa lakho Unkulunkulu kuphela And your hard work Sebenza kanzima, iyinto ezal' impumelelo Abano mona ubayekele Focus on your dream Focus on your life Focus on changing the situation there at home, for your family [Chorus] Ngithi Unkulunkulu kuphela owaziyo ngek'sasa lami Omunye othi uyazi uqamba amanga Ngoba uyena (Yena yedwa) Ngoba uyena (Yena yedwa) Unkulunkulu kuphela owaziyo ngek'sasa lami Omunye othi uyazi uqamba amanga Ngoba uyena (Yena yedwa) Ngoba uyena (Yena yedwa) [Outro] (Injalo nje) Injalo Let's go
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Sjava
- Katleho Matlala
- Kgotso Tsotetsi
- Lesole Monghadi
- Ruff
- Mzizi