Isoka

Album cover art for "Isoka" by Sjava

Sjava - Pop, IsiZulu

Isoka

16.3K Plays

View ArtistView Album

Lyrics

Language:

[Chorus: Sjava] Kahleni bafana Kahleni ukungidlela umona Intombi iqoma lay'thanda khona Ngithi kahleni bafana Kahleni ukung'nyundela Intombi iqoma la ithanda khona [Post-Chorus: Sjava] Bangak'tshela loku ngami Bakutshele loku ngami Alikh' isoka elingenasici, banomona love Bangak'tshela loku ngami Baphinde bakutshele loku ngami Hayi alikh' isoka elingenasici, banomona ngawe love [Verse 1: Q Twins] Vele bashilo ukuthi wena awung'thandi Ung'thandel' intozami, vele yimi intozakho Yilokho abajwaziyo Ukukhuluma ngezami Kodwa ezabo angiyingeni, futhi angiyifaki Ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh Ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh Ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh Ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh [Chorus: Sjava] Kahleni bafana Kahleni ukungidlela umona Intombi iqoma lay'thanda khona Ngithi kahleni bafana Kahleni ukung'nyundela Intombi iqoma la ithanda khona [Post-Chorus: Sjava] Bangak'tshela loku ngami Bakutshele loku ngami Alikh' isoka elingenasici, banomona love Bangak'tshela loku ngami Baphinde bakutshele loku ngami Hayi alikh' isoka elingenasici, banomona ngawe love [Verse 2: Mzukulu] Nihambe kabi bafana nasindwa zinyawo Vele bayokhuluma abantu kodwa amandla abanawo Ukube iyathunyelwa inhliziyo beng'zoyithumela Namhlanje ilale ngakuwe (Namhlanje ilale ngakuwe) Jikelele, jikelele Jikelele, jikelele Ngithanda wena wedwa Jikelele, jikelele Jikelele, jikelele Ngithanda wena wedwa [Chorus: Sjava] Kahleni bafana Kahleni ukungidlela umona Intombi iqoma lay'thanda khona Ngithi kahleni bafana Kahleni ukung'nyundela Intombi iqoma la ithanda khona [Post-Chorus: Sjava] Bangak'tshela loku ngami Bakutshele loku ngami Alikh' isoka elingenasici, banomona love Bangak'tshela loku ngami Baphinde bakutshele loku ngami Hayi alikh' isoka elingenasici, banomona ngawe love

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Writers
  • Sjava
  • Ruff
  • Mzukulu
  • Q Twins
  • Virginia Qwabe
  • Viggy Qwabe