Maduze

Album cover art for "Maduze" by Sjava

Sjava - R&B, IsiZulu

Maduze

5.9K Plays

Duration: 3:38

View ArtistView Album

Lyrics

Language:

[Chorus] Noma ngabe ukude kunami Kodwa uyohlale ukhona enhlizweni yami Maye ng'yazizonda lezontaba mama ezing'sithela ulovie wami Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku Ng'zokubona maduze Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku Ng'zokubona maduze Maduze, duze, khaw'duze ndiphuze Maduze, duze, khaw'duze ndiphuze [Verse 1] Ng'cel'uyiphathe khahle, lapho ukhona, darlie Nami ng'phatha khahle Ayukuthi angikwethembi Yazi ilingo, darlie hlale yikhona endleleni Inkumbulo, inkumbulo Ng'yazi, darliе uyafa inkumbulo Ng'cela uqaphele inkanuko, inkanuko Ayumzwangеndwa uba nenkanuko [Bridge] Mayefika amajongo Uwatshele ukuthi wena uqome le kwaZulu Mayefika ezo shela amajongo Uwatshele ukuthi wena uqome le kwaZulu O ntaba dilika Ng'bone isthandwa sami Ay'umama ubiza [Chorus] Noma ngabe ukude kunami Kodwa uyohlale ukhona enhlizweni yami Maye ng'yazizonda lezontaba, mama ezing'sithela ulovie wami Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku Ng'zokubona maduze Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku Ng'zokubona maduze Maduze, duze, khaw'duze ngiphuze Maduze, duze, khaw'duze ngiphuze

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Writers
  • Sjava