Intombi Yam

Album cover art for "Intombi Yam" by Sjava

Sjava - Pop, IsiZulu

Intombi Yam

14.2K Plays

View ArtistView Album

Lyrics

Language:

[Chorus] Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini ngempela? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini ngempela? Lana indoda yimi [Verse 1] Baby mawukwatile, kumel' uhlekiswe yim' 'buya emsebenzin', u-massage-we yim' Only tears of joy, maw'khaliswa yim' Baby mang'lambile, kumel' udliwe yim' Ukuthi umuhle akumel' uzazi, kumele utshelwe yim' Engizok'tshela kona, ukuthi uthandwa ndim' Noma mawugodola, ufudunyezwe yim' Uthando ngizolvikela, iphoyisa yim' Ngiyazi unakho konke awudingi lutho kimi Ngicel' into eyodwa vo Ung'nike ithuba, ngibe yindoda Lokho kungaba yis'busiso kimi [Chorus] Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini ngempela? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini ngempela? Lana indoda yimi [Verse 2] Kumel' uvuswe yim', alarm yakho yim' Kiss wok'qala ekseni, kumel' unikwe yim' Amanzi ebhavini, uvulelwe yim Njalo mawuqed' uk'geza, ugcotshiswe yim' Baby khohlwa yi-mirror, is'buko sakho yim' Hayi ubuhle obungaka, bufanelwa yim' Ntambama baby, 'zophekelwa yim' 'nkinga zakho ezam', kumel' usizwe yim' Mawuy' empin' yamaphuph' akho, usaba Kumel' uphelezelwe yim' Mpilo mayik'qhwaga oh Kumel' ulwelwe yimi [Chorus] Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini ngempela? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini ngempela? Lana indoda yimi [Bridge] Ngiy'misele ukuk' sula iynyembezi Noma y'ngakhishwanga yim' Usungowami, inkinga zakho ezami [Outro] 'nkinga zakho ezami 'nkinga zakho ezami 'nkinga zakho ezami 'nkinga zakho ezami

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Writers
  • Sjava