Inhliziyo

Lyrics
[Chorus] Ngish' ubaba nomama angeke bang'khethele ukuth ngithandana nobani Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo Abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo Funa wena, wena, wena, wedwa Inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo [Verse 1] Amehl' awababoni abanye Abona wena wedwa And angeke kuze kshintshe lokhu Bakhulume kabi kimi bakhulume kabi kuwe Bath ngibonani kuwe Ngibona lokhu obona ngimi Bayadlala abakhohlwe Mina angeke ngikyeke Ngizokthanda njalo, nongathandi yoze athande [Chorus] Ngish' ubaba nomama angeke bang'khethele ukuth ngithandan' nobani Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo Abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo Funa wena, wena, wena, wedwa Inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo [Verse 2] Thembalam ngyacela ungalinge lalele labantu mabeth Uthando lwethu luyophelela emoyeni Bano mona abafuni ukubona sijabulile mina nawe Kodwa leyo aksinginga Ngoba vele aba siyenzeli lutho Banjalo abantu Ubabeke abantu Abafuni into enhle Maba khohlwe Bayeke Mina ngawe ngicwele [Chorus] Ngish' ubaba nomama Angeke bang'khethele ukuth ngithandana nobani Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo Abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo Funa wena, wena, wena, wedwa Inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Sjava