Ikusasa

Lyrics
[Intro] Ling'phatheleni iksasa lami? Zonke inhlelo zami Lento yophelelaphi? Impendulo ngizotholaphi? Ngoba kusa kus'ezweni Ikusasa alaziwa [Chorus] Ikusasa aliziwa Ngoba kusa kus'ezweni Ikusasa aliziwa, oh yeah Ngoba kusa kus'ezweni [Post-Chorus] Ngishay'wa uvalo oncane mang'cabanga ling'phatheleni iksasa lami Izinto zami mile ngididekile Moshakele zonke inhlelo zami Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi Imbuzo yami iphelela emoyeni Impendilo ngizotholaphi? [Refrain] Kanti yini impilo? (Yini? Oh) Mayinje (Mayinje) Kanti yini impilo? (Oh) [Verse 1] Ngabe lempi ngizoy'nqoba na? Noma iyong'hlula na? Ilanga liyashona nothukela liyangenisa na Ngabе ngiyoluwela na Amaphupho enginawo ngimiselе ukuwasebenzela Ngabe ayofezeka? Futhi ngimisele nokuwafela ma [Chorus] Ikusasa aliziwa Ngoba kusa kus'ezweni Ikusasa aliziwa, oh yeah Ngoba kusa kus'ezweni [Post-Chorus] Ngishay'wa uvalo oncane mang'cabanga ling'phatheleni iksasa lami Izinto zami mile ngididekile Moshakele zonke inhlelo zami Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi Imbuzo yami iphelela emoyeni Impendilo ngizotholaphi? [Refrain] Kanti yini impilo? (Yini? Oh) Mayinje (Mayinje) Kanti yini impilo? (Oh) [Verse 2] Yazi inzima impilo yok'hlalela ovalweni Abakhoni abanye induduzo bayithola ebhodleleni Kunzima emalini kunzima futhi nasendlaleni Inkinga ikhona yonke indawo ukuthi ayifani [Chorus] Ikusasa aliziwa Ngoba kusa kus'ezweni Ikusasa aliziwa, oh yeah Ngoba kusa kus'ezweni [Post-Chorus] Ngishay'wa uvalo oncane mang'cabanga ling'phatheleni iksasa lami Izinto zami mile ngididekile Moshakele zonke inhlelo zami Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi Imbuzo yami iphelela emoyeni Impendilo ngizotholaphi?
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Sjava