Before

Album cover art for "Before" by Sjava

Sjava - Non-Music, South Africa

Before

12.2K Plays

View ArtistView Album

Lyrics

Language:

Before (x2) (Before) Bewungek' ukhulume ngami Ngale ndlel' okhuluma ngayo (Before) Before bewungihlonipha (Before) Bewuhlal' ungitjela njal' Ukuth' uyangthanda Kodwa manje Sengiya' celela Kodwa manje angisatjelwa Sengiya' celela [Verse 1] Ubobhasobha mah Uzoth' umunt' uyakuthanda Kant' uyakuhalela Uzoth' uthando Kant' inkanuko Koth' angakuthol' akufunayo Uthando lushabaalale nje ngama zolo ebon' ilanga Ngabe ng'sak fanalela [Chorus] (Before) Bewungek' ukhulume ngami Ngale ndlel' okhuluma ngayo (Before) Before bewungihlonipha (Before) Bewuhlal' ungitjela njal' Ukuth' uyangthand Kodwa manje Sengiya' celela Kodwa manje angisatjelwa Sengiya' celela [Verse 2] Kanti yin' eyenz' ukuthi umuntu aqamb' amanga Sibadala masingaka, hay ungazodlala Mas' uthol' omuny' ongcono k'nam kumel' ukungitjele Thando lwami please ngicel' ungbuyisele Ngeke ngize ngivume Udlale ngemizwa yami Ngeke ngize ngivume Ngothando lwami Ngeke ngize ngivume Uchithe isikhathi sami Baning' abafuna lothando. [Chorus] (Before) Bewungek' ukhulume ngami Ngale ndlel' okhuluma ngayo (Before) Before bewungihlonipha (Before) Bewuhlal' ungitjela njal' Ukuth' uyangthand Kodwa manje Sengiya' celela Kodwa manje angisatjelwa Sengiya' celela

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Writers
  • Sjava