Bakithi

Lyrics
Thulani zintombi nginitshele indaba zenu laleni Wena Smomo nawe Ntombi Wena Thembi nawe Mimi Nimenzani Bakithi (ngitsheleni) Nimenzani Bakithi (Yekeleni uBakithi) Ngithi wena Mimi nawe Thembi Wena Ntombi nawe Smomo Nimenzani Bakithi (ngitsheleni ukuthi) Nimenzani Bakithi (Yekeleni uBakithi) UBakithi akasalali nasekhaya Ngenxa yenu zintombi Unomuzi lomuntu unabantwana m'yekeleni M'yekeleni ayayaya m'yekeleni uBakithi Ngisho kuwe Thembi nawе Mimi Ngisho kuwe Ntombi wena Smomo Nawe Ntombi wеna Thembi nawe Mimi Nimenzani Bakithi (m'yekeleni m'yekeleni) Nimenzani Bakithi (ngisho kuwe Thembi nawe Mimi nawe Smomo) Nimenzani Bakithi (m'yekeleni unabantwana bakhe) Nimenzani Bakithi (ayayaya) Nimenzani Bakithi Nimenzani Bakithi
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...