Ukuthula

Kabza De Small & MaWhoo & Young Stunna - Pop, IsiZulu
Ukuthula
0 Plays
Lyrics
[Verse 1: MaWhoo] Ukulwa nawe ngeke kung'buyisele lutho Uk'phikisana ngeke kungenzelep lutho, haibo Abanye benz' okubi kanti bak'cuphile, oh Uyifundisa ukuthula angeke kuphelelwe Ufund' uk'zehlisa uphum' enkingeni [Chorus: MaWhoo] Ngoba abanye abantu banomona bafuna ukuk'moshela isthunzi sakho nalento ayina nzuzo Kwesinye iskhathi ak'ding' ukuthi ulwe nalababantu Kwesinye iskhathi ak'ding' ukuthi ukhale ngalokuk' jabulisa Thula wena wenz' okuhle, abantu bakho bayoy'veza Thula wena wenz' okuhle, abantu bakho bayoy'veza Thula wena wenz' okuhle, abantu bakho bayoy'veza Thula wena wenz' okuhle, abantu bakho bayoy'veza Thula wena wenz' okuhle, abantu bakho bayoy'veza [Verse 2: MaWhoo] Konakala kanti mina ngifuna impumelelo (Ngifuna impumelelo) Ngoba ngiyazi, ngiyazi mina ngingumuntu ngabantu (Ngingumuntu ngabantu) Babona ngizithobile, babona ngizehlisile Angizwani namacala mina, ngumuntu woxolo mina Babona ngizithobile, babona ngizehlisile Angizwani namacala mina, ngumuntu woxolo mina [Verse 3: Young Stunna] Oh, ah Oh oh (Oh, oh) Hayi Ngithi abantu bak'lethela impi engapheli, silwa nemimoya ke manje Bak'funa usayenza okuhle ngoba bejabula uma uphum' endleleni Nabadala bak'lekelele k'tshele nenhliziyo iqine njengetje Ndabazolonwabo zude ng'thi ungabavumeli bek'thole endleleni Thamba ndoda, thamba mfazi Ngithi awuzona inkinga zakho Feza amaphupho akho Thula mucabanga ngezono Thula thole uguqe ngedolo Thanda iNkosi, ixolele nabo abakwazi abakuzondayo [Chorus: MaWhoo] Ngoba abanye abantu banomona bafuna ukuk'moshela isthunzi sakho nalento ayina nzuzo Wesinye iskhathi ak'ding' ukuthi ulwe nalababakho Wesinye iskhathi ak'ding' ukuthi ukhale ngalokuk'jabulisa Thula wena wenz' okuhle, abantu bakho bayoy'veza Thula wena wenz' okuhle, abantu bakho bayoy'veza Thula wena wenz' okuhle, abantu bakho bayoy'veza Thula wena wenz' okuhle, abantu bakho bayoy'veza
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...