Ngyozama

Album cover art for "Ngyozama" by Kabza De Small & Sykes & Young Stunna & Nkosazana Daughter & Tracy (ZAF) & Thatohatsi

Kabza De Small & Sykes & Young Stunna & Nkosazana Daughter & Tracy (ZAF) & Thatohatsi - Pop, IsiXhosa

Ngyozama

10.5K Plays

Lyrics

[Chorus: Thatohatsi, Tracy & Sykes] Ngizamel' abantwana basekhaya Uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya Mama no baba, uma k'shay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya Mama no baba, uma k'shay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya [Verse 1: Sykes] Uma bengzama Mdali ng'cel' ungiphe nam' i-power yok' survive-a Zitha zami azibas' umlilo, Mdal' unisе imvula Nisa imvula, Mdali unise imvula Ayaya uma bengzama Mdali ng'cel' ungiphе nam' i-power yok' survive-a Zitha zami azibas' umlilo, Mdal' unise imvula Nisa imvula, Mdali unise imvula [Verse 2: Young Stunna] Mhm, mhm Mhm, mhm Oh mmh (Okay) Oh mama, kade uthandazel' ikhaya elifudumele thata Zonke izinyembezi zakho ziphendukise inhlanhla Ng'th' abantwana bakho basebenzele wena Nami ngisebenzela bonke abantwana bakho Wathi uma usishiya kuzoyenzeka izimanga Kuyehla kuyenyukela yonke indlela zazihamba Manje impilo incono buka lemizamo yakho Thatha impilo zethu wayishintsha, ngesipho sakho Wawuhlala edolweni make Wawuhlala edolweni make Wawuhlala edolweni make [Verse 3: Nkosazana Daughter, Imbongi & Nokwazi] Mama no baba Ukulahla ithawula akuyona indlel' engafunda ngayo Ingqinamba namba ayithelelani endleleni Sukukuqoma manikhona Kwakumnyama nasemnyango Amahloni engsinda ehlombe Kodwa ngeke, ngeke siphinde silal' ekhaya singadlile Nayi indodakazi isigadlile Khuphuka mfo kamkhulu Khuphuka Kabza De Small Lingapheli ithemba kimi Ng'sayophanda ng'sazobuya Khuphuka Small (Dlala Thukzin) [Chorus: Thatohatsi, Tracy, Sykes & Young Stunna, Nkosazana Daughter] Mama nobaba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi (Ngingabuyi) Cela nazi ukuthi kade ngiyozama (Cela nazi ukuthi, cela nazi ukuthi) Kade ngozama mina, kade ngiyozama (Cela nazi ukuthi bengiyophanda, Mina bengiyophanda) Ngizamel' abantwana basekhaya Mama nobaba Baba uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi (Ngingabuyi) Cela nazi ukuthi kade ngozama (Cela nazi ukuthi, cela nazi ukuthi) Kade ngozama mina, kade ngozama (Cela nazi ukuthi bengiyozama) Ngizamel' abantwana basekhaya [Verse 4: Sykes] Lekelela, uma bengzama Mdali ng'cel ungiphe nam' i-power yok' survive-a Zitha zami azibas' umlilo Mdal' unise imvula Nisa imvula, Mdali unise imvula Ayaya uma bengzama Mdali ng'cel ungiphe nam' i-power yok' survive-a Zitha zami azibas' umlilo Mdal' unise imvula Nisa imvula, Mdali unise imvula [Chorus: Thatohatsi] Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya angabuyi Cela nazi ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya angabuyi Cela nazi ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Credits Not Found