Isoka

Album cover art for "Isoka" by Kabza De Small & Murumba Pitch & Nkosazana Daughter

Kabza De Small & Murumba Pitch & Nkosazana Daughter - Pop, IsiZulu

Isoka

5.3K Plays

Lyrics

[Verse 1: Nkosazana Daughter] Ungakwenza okwenzayo uqede Nabo Mbali befika bephethe Ungakhala muthanda ukhwife Usuthol' uphunyuka bemphethe Kod'umbuzo usamile, yeh Ingab' uyamthanda na? Kod'umbuzo usamile, yeh Ingab' uyam'thanda na? [Chorus: Nkosazana Daughter] Iqola lensizwa, isoka lensizwa Wena uyay'thanda na? Iqola lensizwa, isoka lensizwa Wena uyay'thanda na? Iqola lensizwa, isoka lensizwa Wena uyay'thanda na? Iqola lensizwa, isoka lensizwa Wena uyay'thanda na? [Verse 2: Murumba Pitch] Ak'siku kuthi ngiyazenza my dali Abantu eng'nabo bahlale beng'khohlisa njalo, weh Ak'siku kuthi ngiyazenza my dali Abantu eng'nabo bahlale beng'khohlisa njalo, weh Wena njalo uhlezi ulila ngami Angizenzi yibo labangani mhm Ngiyay'sola, ngiyay'sola, ngiyay'sola Mina ngiyay'sola, ngiyay'sola, ngiyay'sola [Chorus: Nkosazana Daughter] Iqola lensizwa, isoka lеnsizwa Wena uyay'thanda na? Iqola lensizwa, isoka lensizwa Wеna uyay'thanda na? Iqola lensizwa, isoka lensizwa Wena uyay'thanda na? Iqola lensizwa, isoka lensizwa Wena uyay'thanda na? [Verse 3: Nkosazana Daughter] Ungakwenza okwenzayo uqede Nabo Mbali befika bephethe Ungakhala muthanda ukhwife Usuthol' uphunyuka bemphethe Kod'umbuzo usamile, yeh Ingab' uyamthanda na? Kod'umbuzo usamile, yeh Ingab' uyam'thanda na? [Verse 4: Murumba Pitch] Ak'siku kuthi ngiyazenza my dali Abantu eng'nabo bahlale beng'khohlisa njalo, weh Ak'siku kuthi ngiyazenza my dali Abantu eng'nabo bahlale beng'khohlisa njalo, weh Wena njalo uhlezi ulila ngami Angizenzi yibo labangani mhm Ngiyay'sola, ngiyay'sola, ngiyay'sola Mina ngiyay'sola, ngiyay'sola, ngiyay'sola [Chorus: Nkosazana Daughter] Iqola lensizwa, isoka lensizwa Wena uyay'thanda na? Iqola lensizwa, isoka lensizwa Wena uyay'thanda na? Iqola lensizwa, isoka lensizwa Wena uyay'thanda na? Iqola lensizwa, isoka lensizwa Wena uyay'thanda na?

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Credits Not Found