Lawuleka

Kabza De Small & Zawadi YaMungu - Pop, IsiZulu
Lawuleka
0 Plays
Lyrics
[Verse 1] Ukum'bona 'weng'xeka amadolo Kugiji-gij' imizwa Nomgqumo we 'nhliziyo, lawuleka Halela ugibane lwami Ng'yesaba, ng'yesaba ukuvakashela uthando (Law'leka nhliziyo yam') Angulwazi lung' phatheleni Law'leka (Law'leka nhliziyo yam') Bambeka nhliziyo yami Ngibambeni, ngibambeni Yeh mama, heh mama (Law'leka nhliziyo yam') [Chorus] Lawuleka nhliziyo yami Inhliziyo ethandayo iyasha Lawuleka nhliziyo yami Lawuleka nhliziyo yami Inhliziyo ethandayo iyasha Lawuleka nhliziyo yami [Verse 2] Inhliziyo inene ihlala ingavuyi Kodwa phola nhliziyo yami Awazi lapho obheke khona uyophatheka kanjani Inhliziyo egcwele uthando Ihlika eknene Ihlal' iphile njalo Lawuleka, lawu' nhliziyo yami [Chorus] Lawuleka nhliziyo yami Inhliziyo ethandayo iyasha Lawuleka nhliziyo yami Lawulеka nhliziyo yami Inhliziyo ethandayo iyasha Lawuleka nhliziyo yami Lawuleka nhliziyo yami Iyasha [Bridge] Yеh mama, yeh mama Law'leka, lawuleka Lawuleka nhliziyo yami Wathi uyamamatheka ngamthanda Wathi nom' esethetha mina ngamthanda nje Law'leka, lawuleka Ngibambeni, heh ngibatheni (Law'leka) [Chorus] Lawuleka nhliziyo yami Inhliziyo ethandayo iyasha Lawuleka nhliziyo yami Lawuleka nhliziyo yami Inhliziyo ethandayo iyasha Lawuleka nhliziyo yami Lawuleka nhliziyo yami Iyasha Lawuleka nhliziyo yami Iyasha
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...