Uhlale Wazi

Album cover art for "Uhlale Wazi" by Simmy

Simmy - Pop, IsiZulu

Uhlale Wazi

2 Plays

Duration: 4:41

View ArtistView Album

Lyrics

Language:

[Verse] Hai abantu bang'hlule, kuyini na bengazwani nokuthula bengihlule Ngingenelwa amanzi endlini, baqamba amanga yini na, kanti ngenzeni na Ngiyazi uhamb'izolo, kodwa obuya, obuya themba lami Dali ngiyazi uhamb'izolo, ngiyakukhumbula obuya themba lami (mhmm obuya themba lami) [Chorus] Ooh, Uhlale wazi, uhlale wazi, ngeke mina ngikhohlwe nguwe (mhmm obuya themba lami) Ooh, Uhlale wazi, uhlale wazi, ngeke mina ngikhohlwe nguwe (mhmm obuya themba lami) Ooh, Uhlale wazi, uhlale wazi, ngeke mina ngikhohlwe nguwe (mhmm obuya themba lami) Ooh, Uhlale wazi, uhlale wazi, ngeke mina ngikhohlwe nguwe (mhmm obuya themba lami) [Refrain] Mhmm obuya themba lami Mhmm obuya themba lami Mhmm mhmm mhmmm (ngiyakukhumbula) Mhmm mhmm mhmmm (obuya themba lami) [Verse] Hai abantu bang'hlule, kuyini na bengazwani nokuthula bengihlule Ngingenelwa amanzi endlini, baqamba amanga yini na, kanti ngenzeni na Ngiyazi uhamb'izolo, kodwa obuya, obuya themba lami Dali ngiyazi uhamb'izolo, ngiyakukhumbula obuya themba lami (mhmm obuya themba lami) [Chorus] Ooh, Uhlale wazi, uhlale wazi, ngeke mina ngikhohlwe nguwe (mhmm obuya themba lami) Ooh, Uhlale wazi, uhlale wazi, ngeke mina ngikhohlwe nguwe (mhmm obuya themba lami) Ooh, Uhlale wazi, uhlale wazi, ngeke mina ngikhohlwe nguwe (mhmm obuya themba lami) Ooh, Uhlale wazi, uhlale wazi, ngeke mina ngikhohlwe nguwe (mhmm obuya themba lami) [Refrain] Mhmm obuya themba lami Mhmm obuya themba lami Mhmm mhmm mhmmm (ngiyakukhumbula) Mhmm mhmm mhmmm (obuya themba lami)

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Writers
  • Mpho.wav
  • Sun-El Musician
  • Simmy