Ngiyahamba

Album cover art for "Ngiyahamba" by Simmy & Mthunzi

Simmy & Mthunzi - Pop, Dance

Ngiyahamba

2 Plays

Duration: 5:23

View Album

Lyrics

Language:

[Verse 1: Mthunzi] Stimela sihamba nam' ekuseni, haibo Ngizoba ngowo kuqala ngiyodlula nomushayeli, eshe eh Ang'bon' ubthongo buzofika Ang'bon' ngizwa kuthi qothu qothu Hai khona ang'bon' ukuthi uzofika Eshe ang'bon' ngizwa kuthi qothu qothu, weh Ukusa uyobonwa ngimi Hai mina ngiyobona u-Lovey [Pre-Chorus: Mthunzi] Uthe ngimphathel' amasweedi yeah Hai ingabe kuyosa nini Haibo ukusa kuyobonwa ngimi Hai mina ngiyobona ulovey, yeah-yeah Hai uthe ngimphathel' amasweedi yeah Hai ingabe kuyosa nini, ye le le [Chorus: Simmy] Ngiyahamba, ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami Ngiyahamba, ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami Ngiyahamba, ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami [Refrain: Simmy] [Verse 2: Simmy] Bombela, wenyuka Bombela Phela kusasekuseni Indlela ibheke lena ngiyobona umuntu wami Ang'bon' ubuthongo buzofika Ang'bon' ngizo buthi qothu qothu Ang'bon' ukuthi uzofika Ang'bon' ngizo buthi qothu qothu, weh Ukusa uyobonwa ngimi Hai mina ngiyobona u-Lovey [Pre-Chorus: Simmy] Uthe uzong'phathel' amasweedi Kanti kuyosa nini Ukusa kuyobonwa ngimi Mina ngiyobona ulovey Uthe uzong'phathel' amasweedi Kanti kuyosa nini [Chorus: Simmy] Ngiyahamba, ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami (Basibonile isthandwa sami) Ngiyahamba (Ngiyamba mna) (Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami) Hai ngiyahamba mna (Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami) Basibonile isthandwa sami Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami (Hai ngiyahamba mna) Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami (Ngizwil' ukuthi basibonile isthandwa sami)

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Writers
  • Mpho.wav
  • Sun-El Musician
  • Mthunzi
  • Simmy