Hamba Ngifike

Lyrics
[Verse 1: Simmy] Eh bathi lapho eFerry ukhona Kungcono ngibuyele ekithi Ah, ngiyohamba ngifike Eh, nase thaweni ngath' ukhona Ngoke ng'jike khona Yaz' ngiyo hamba ngifike Ngahlanzwa nge dela, ng'yo hamba ngifike Ng'yahamba ijuba lika Noah itheza Oh mina ngithi ngahlanzwa nge dela, ng'yo hamba ngifike Ng'yahamba ijuba lika Noah itheza [Chorus: Ami Faku] Ngamane lishone, angabo lahl' ithemba Kuyoba ngathi ngihliswe nguwe Kungcono lishone, hay' angibonanga Kuyoba ngathi ngihliswe nguwe [Refrain: Simmy & Ami Faku] [Verse 2: Ami Faku] Nase Zinyoka, bath' ukhona Mandi fiki yapho, usand'uhamba Ndahlul' eMonte bathi ukhona Soze nijike ndilapha, ngizok'lind' ufike Ndathi gcina, dadewethu Ndiziyala into engenasphelo Kodwa inkali azivuma Ndathi gcina, dadewethu Ndoyik' udideke, ndisiyala into еngenasphelo Kodwa inkali azivuma [Chorus: Ami Faku] Ngamane lishonе, angabo lahl' ithemba Kuyoba ngathi ngihliswe nguwe Kungcono lishone, hay' angibonanga Kuyoba ngathi ngihliswe nguwe [Refrain: Simmy & Ami Faku]
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Mpho.wav
- Sun-El Musician
- Ami Faku
- Simmy