Photoshop

Lyrics
Aw hay Aw hay Aw hay Kube ngangaz' uzodlala ngami Uzongimoshela isikhathi Awuxithe lamanzi Ay you gotta go [?] Qola sthandwa sam' Ungabathembi abangani bakho [?] Mawung'bhekile ubona isnay Nginaso isixiniseko Abangani bami abawaqambi amanga Hayi thula wena uzosha Awuboni yini photoshop Yabona labangani bakho basimoshela injabulo Awulaleli, awulaleli Awulaleli, inkinga yakho awulaleli Ufuna ukukhuzwa njalo Aw'funi ukukhula u be indoda Wena nje awung'thembi Asikuthi angilaleli Angiyazi lentombazane bak'bonisa yona Yang'thola e'club'ini Yaqela uk' shoot'a nami Mangik'bona unje, umoya wami uyadumala Tshela mina ufunani? Mina nawe sofa silahlane Ngabe yilaba ubufakazi Ukuthi ngidlala ngawe Tshela mina ufunani? Mina nawe sofa silahlane Ngabe yilaba ubufakazi Ukuthi ngidlala ngawe Mina ngifun' imali nothando konke Kuyahambisana Uqaz'idoko eliningi angisazi baby Wena udlala ngami Ukube ngenandaba, bengeke ngibuze baby Mina ngiyak'thanda, ingakho ngikwatilе baby Aybo sthandwa sam' Mina ngimoshile ngiyazi Ngiqel' ithuba ngikujabulise Aybo sthandwa sam' Mina ngimoshilе ngiyazi Ngiqel' ithuba ngizolungisa Nayi 500K, pholisa amanxeba Ungilinde eDubai Nayi 500K, pholisa amanxeba Ngizofika kungek'dala Kube ngangaz' uzodlala ngami Uzongimoshela isikhathi Awuxithe lamanzi Ay you gotta go [?] Qola sthandwa sam' Ungabathembi abangani bakho [?] Mawung'bhekile ubona isnay Nginaso isixiniseko Abangani bami abawaqambi amanga Hayi thula wena uzosha Awuboni yini photoshop Yabona labangani bakho basimoshela umshado Aybo sthandwa sam' Mina ngimoshile ngiyazi Ngiqel' ithuba ngikujabulise Aybo sthandwa sam' Mina ngimoshile ngiyazi Ngiqel' ithuba ngizolungisa Tshela mina ufunani Mina nawe sofa silahlane Ngabe yilaba ubufakazi Ukuthi ngidlala ngawe Tshela mina ufunani Mina nawe sofa silahlane Ngabe yilaba ubufakazi Ukuthi ngidlala ngawe Awulaleli, awulaleli Awulaleli, inkinga yakho awulaleli Ufuna ukukhuzwa njalo Aw'funi ukukhula u be indoda
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Sam Deep
- Zar Keys
- Emmanuel Mathye
- Maeywon
- Murumba Pitch
- MaWhoo