Lilizela

Album cover art for "Lilizela" by Sam Deep

Sam Deep - Pop, IsiZulu

Lilizela

1 Plays

Duration: 4:16

View ArtistView Album

Lyrics

Language:

Ngwana sesi Oh woah Ay yeah yeah Ngwana sesi Keyena ngwana sesi bamotseri Ekhaya bajabulile (Jabulile) Umndeni ujabulile Namhlanje kuyalilizelwa (Lilizelwa, lilizelwa) Ngoba kungena umakoti ekhaya Ekhaya bajabulile (Jabulile) Umndeni ujabulile Namhlanje kuyalilizelwa (Lilizelwa, lilizelwa) Ngoba kungena umakoti ekhaya Ubuti ukhipe zonke inkomo Wazishaya zonke ziphelele Kwavumelana imindeni Aw' kodwa inkinga iyodwa Usemncane Isencane lengane Usemncane Isencane lengane Usemncane Isencane lengane Usemncane Isencane lengane Hay' hlala phansi ubamb' umthetho [?] Oyosila akoyidli, kushu mama Oyidlile unecala ngokosamo Kulo mhlangano lo, bayam'thatha umakoti namhlanje Uyafungha uzom'thatha, uzom'shada Lilizela mama weh, aw' lilizela Yakhula ingane, isencane Lilizela mama weh, aw' lilizela Yakhula ingane, isencane Lilizela mama weh, aw' lilizela Yakhula ingane, isencane Lilizela mama weh, aw' lilizela Yakhula ingane, isencane Umyeni wami, ukhokhe zonke inkomo, hay' we babo Bazali bami, namhlanje ngishintsh' isibongo Aw'lilizela, lilizela mamazala Aw' halala, halala sana lwam Yilona lolusuku esalikhetha [?] Oh thula, thula, thula ulalele ngwana Sizihlobo nathi la ekhaya Oh thula, thula, thula ulalele ngwana Sizihlobo nathi la ekhaya Oh thula, thula, thula ulalele ngwana Sizihlobo nathi la ekhaya Oh thula, thula, thula ulalele ngwana Sizihlobo nathi la ekhaya

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Writers
  • Sam Deep
  • Boohle
  • Nkosazana Daughter
  • MaWhoo