Usukulude

Lyrics
[Chorus] Usukulude, lude singalwanga Usukulude, lude singalwanga Njalo amacala, amacala uwelele Lude singalwanga Njalo amacala, amacala uwelele Lude singalwanga [Verse 1] Ngahlangana nebhodw'emnyango Ngizula beng'vika amanzi abilayo Mina ne towulo emanzi siyazwana kulamalanga Angazi sibangani mntan'omuntu Mina ngiyayisebenzel'iyingane zilala zidlile kodwa Imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sam Uma ngiwushiya lomhlaba Ngimelwa yinhliziyo ungakhali Ngibulawe nguwe [Chorus] Usukulude, lude singalwanga Usukulude, lude singalwanga Njalo amacala, amacala uwelele Lude singalwanga Njalo amacala, amacala uwelele Lude singalwanga [Verse 2] Noba kunzima noba kulukhuni bo Hayi ngoba ngiyak'thanda mina ngizohlala nawe Noba kunzima noba kulukhuni bo Hayi ngoba ngiyak'thanda mina ngizohlala nawe Mina ngiyayisebenzеl'iyingane zilala zidlile kodwa Imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sam Uma ngiwushiya lomhlaba Ngimеlwa yinhliziyo ungakhali Ngibulawe nguwe [Chorus] Usukulude, lude singalwanga Usukulude, lude singalwanga Njalo amacala, amacala uwelele Lude singalwanga Njalo amacala, amacala uwelele Lude singalwanga [Refrain] Noma kunzima (Hay' weh) Noma kulukhuni (Hay' weh) Ngoba ngiyak'thanda (Ng'zobambelela mama) Noma kunzima (Hay' weh) Noma kulukhuni (Hay' weh) Ngoba ngiyak'thanda (Ng'zobambelela mama) Noma kunzima (Hay' weh) Noma kulukhuni (Hay' weh) Ngoba ngiyak'thanda (Ng'zobambelela mama) Noma kunzima (Hay' weh) Noma kulukhuni (Hay' weh) Ngoba ngiyak'thanda (Ng'zobambelela mama) Noma kunzima (Hay' weh) Noma kulukhuni (Hay' weh) Ngoba ngiyak'thanda (Ng'zobambelela mama) Noma kunzima (Hay' weh) Noma kulukhuni (Hay' weh) Ngoba ngiyak'thanda (Ng'zobambelela mama)
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Mlindo the Vocalist
- DJ Maphorisa
- Howard