Usbahle

Lyrics
[Verse] Uxolo bafethu mina ngikhetha lomntan' onga le Ufike ngasekhaya izolo Ngicab'thi ubehamba noSbahle Kwaphel' imali kamjita iyhoo Wahlany' umjita ehlel'ekoneni Uxolo ntombazane ibizwa ngantoni na lento oyenzayo Ahlanya amajita eclubini Kuphel'mali yam Kuphele nekabafo Wena uzolala nami Angeke uphuze imali yam bese ungshiya kanjalo Ubes'ubatshele ngithe Abangani bakho Angeke bahambe Kahle kahle mina sis wam k'shukuthi ngine ntliziy' encane Angizwani nomuntu ongibaphent'ushukela sbali Ugcine elahlekile kanjalo uSbahle Ubegroova kuze kuse uSbahle Phela ubekhokha ngabo bona lobuhle Ubuso, inyawo, umzimba ngiyakutshela sbali Konke kuhle Bebemphuzisa vele babese bamudle Namhlanje askhali Lomjita obehambe naye umithisile mfethu uSbahle Wathi umengafuni ukhiph'isisu akahambe Phela ubewudayisa umnzimba wakhe usisi uSbahle Manje lamjita yena akafune ngane Ukhuluma iqiniso mfethu siyamkhumbula thina uSbahle NamaVosho, iWalk yePhara belbuzwa kuye Nami ngizamile mfethu nami ukumkhuza uSbahle Ngibe ngiwubani kodwa mina ngoba vele angifundile Ubengasikhulumisi phela thina mfethu uSbahle Ngoba uyazi asisebenzi kshuthi angeke simphuzise Namhlanje uyazisola Ukhumbula ngenkhathi bemthatha eclubini Bamtshela bathi Wena uzolala nami Uvuma kanjani uhamba nomuntu ongamazi ekutshela cash Wena uzolala nami Nani mantombazane anizihloniphi Wena uzolala nami
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Howard
- Mas Musiq
- Zingah
- Mlindo the Vocalist
- DJ Maphorisa