Umuzi Wethu

Album cover art for "Umuzi Wethu" by Mlindo the Vocalist & Madumane

Mlindo the Vocalist & Madumane - Pop, IsiZulu

Umuzi Wethu

2 Plays

Duration: 4:37

View Album

Lyrics

Language:

Phela sinomuzi wethu Ai umuzi wenu Phela wena malume wen'umuntu wethu ai ai Uyigazi lethu Phela sinomuzi wethu Ai umuzi wenu Phela wena malume wen'umuntu wethu ai ai Uyigazi lethu Sale muva sale muva Sale muva sale muva sale muva Sale muva sale muva Sale muva sale muva sale muva Ai umuntu wethu Ai umuzi wenu Phela wena malume wen'umuntu wethu ai ai Uyigazi lethu Inkinga yakho wena malume musudakiwe ufunukulwa Ukhuzwe i2k umdal'ungaka lithi malume awufuni unekukhula Inkinga yakho wеna malume musudakiwe ufunukulwa Ukhuzwe i2k umdal'ungaka lithi malumе awufuni unekukhula Oh ai uchildish malume awufunekukhula Oh ai uchildish malume awufunekukhula Mshan'akhuze ulume Mshan'akhuze ulume Mshan'akhuze ulume Mshan'akhuze ulume Qoqo malume Ngicel'uvule Ah ungakhali sponono mina Ngizowina ilotto Oh qoqo malume Ngicel'uvule Ah ungakhali sponono mina Ngizowina ilotto Malume ngicel'uvule Abomakhelwane bayangipopola Ungakulinge ujabulis'izitha zakho wena ngoba akekhovumil' Angeke balunge noma bekhuluma Bakhulum'itotoni Ungakulinge ujabulis'izitha zakho wena ngoba akekhovumil' Noma kwenyuka noma kwehlela ungafi sbali Ngob'amasango ayoze avule Phela wena malume umuntu wethu ai ai Uyigazi lethu Qoqo malume Ngicel'uvule Ah ungakhali sponono mina Ngizowina ilotto Oh qoqo malume Ngicel'uvule Ah ungakhali sponono mina Ngizowina ilotto Uma ngiyolobola kumele ubekhona Kodwa zibheke unjani ai ngeke bavume Uma ngiyolobola kumele ubekhona Kodwa zibheke unjani ai ngeke bavume Uma ngiyolobola kumele ubekhona Kodwa ai ngeke bavume Uma ngiyolobola kumele ubekhona malume Kodwa ai ngeke bavume (Qoqo)

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Writers
  • Madumane
  • Mlindo the Vocalist