Imoto

Album cover art for "Imoto" by Mlindo the Vocalist

Mlindo the Vocalist - Pop, IsiZulu

Imoto

1 Plays

Duration: 4:33

View ArtistView Album

Lyrics

Language:

[Intro] Imoto uma imile, uma imile Ayikhonkothwa nazizinja oh nazizinja Kodwa uma imile, uma imle Zikhonkoth' ehambayo oh ehambayo Yona imoto uma imile, uma imile Ayikhonkothwa nazizinja oh nazizinja Kodwa uma imile, uma imle Zikhonkoth' ehambayo oh ehambayo [Chorus] Baba somandla baba We mdali wami baba Uzungandilahli baba Ngicel'ungivikele baba Abantu yize ekholweni lami Balahla ukholo lwami Bafuna ndihambe indlela zabo Bafuna ngisuke kuwe Baba somandla baba We mdali wami baba Uzungandilahli baba Ngicel'ungivikele baba Abantu yize ekholweni lami Balahla ukholo lwami Bafuna ndihambe indlela zabo Bafuna ngisuke kuwe [Verse 1] Mna ndiyaz'phandela ndiyaz'phandela Angina twa ngizama impilo yam Ngizamela abantwana basekhaya, bantwana basekhaya Ngifuna bakhule be flexa, oh bakhulе be flexa yya Ngifuna uDottie afundе emulti racial school Afunde emulti racial school Ahambe ngezimoto ezithandwa nguye Oh ezithandwa nguye Evarsity intwana yam ifike ngetransi, ifike ngetransi Ne olady ngilithengel' idladla, something like idladla Baya baya bayangizonda, bang'zonda ngingena twa Andazi masengihlanganise kahle bazokwenzekani Kush'ukuthi ikhona into abayibonayo kodwa [Chorus] Baba somandla baba We mdali wami baba Uzungandilahli baba Ngicel'ungivikele baba Abantu yize ekholweni lami Balahla ukholo lwami Bafuna ndihambe indlela zabo Bafuna ngisuke kuwe

Rate this song

Rate this song

0/5.0 - 0 Ratings

5
0.0% (0)
4
0.0% (0)
3
0.0% (0)
2
0.0% (0)
1
0.0% (0)

Loading comments...

Credits

Writers
  • Howard
  • Mlindo the Vocalist