Mamezala

Lyrics
[Verse 1: Nhlanhla] Kudala ngihlekisana nawe Kudala ngiwa ngivuka nawe babe Kudala ngihlekisana nawe Kudala ngiwa ngivuka nawe ayy [Pre-Chorus: Nhlanhla] Oh, today Oh, today I get a chance Oh, today I get a chance to choose a life with you Oh, today I get a chance Oh, today I get a chance to live a life with you [Chorus: Nhlanhla] Phum' ulilizele weMamazala Phum' ulilizele weMamazala Sesingenil' emasangweni Sesingenile Phum' ulilizele weMamazala Phum' ulilizele weMamazala Sesingenil' emasangweni Sesingenile [Refrain] [Verse 2: Theo] Ndisakhumbula mina ngathi kuwe Ngathi ngelinye ilanga uzobizwa nge sbongo sami Mabalilizele, balilizele, balilizele Ngithe ngelinye ilanga bazo sivulela amasango [Pre-Chorus: Mafikizolo] Oh, today Oh, today I get a chance Oh, today I get a chance to choose a life with you Oh, today I get a chance Oh, today I get a chance to live a life with you [Chorus: Mafikizolo] Phum' ulilizele weMamazala Phum' ulilizele weMamazala Sesingenil' emasangweni Sesingenile Phum' ulilizele weMamazala Phum' ulilizele weMamazala Sesingenil' emasangweni Sesingenile [Refrain] [Verse 3; Simmy] Sesiphumile isimemo Ngibatshelile nabadala Kumele bazi ukuthi kuyashadwa namhlanje Kumele bazi ukuthi kuyashadwa namhlanje Oh mabavul' indlela Mabavul' indlela Aw' bona mabavul' indlela Mabavul' indlela Ayi weMamazala
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Theo Kgosinkwe
- Nhlanhla Nciza
- Sun-El Musician
- Simmy
- Mafikizolo