Phakade

Lyrics
[Verse 1] Nguwen' obengimcela kumdali wam Ma ngikhuleka ngingedwa Ngicela uthathe isandla sami Unginik' uqobo lwakho [Chorus] Kuze kube ngunaphakade Naphakade, naphakade Ngifun' ukuba nawe namhlanje Kuze kube ingunaphakade Kuze kube ngunaphakade [Verse 2] Sengimtholil' engizohlala naye Ngakh' impilo naye ngimthokzise Wena uyintokozo yam Uyisipho esihle empilweni yami Ivulekl' inhliziyo yami Oh manje sengiholwa nguthando Ngikunika lonke ithemba lam O akukh' ukungabaza Ngingowakho ngunaphakade [Chorus] Kuze kube ngunaphakade Naphakade, naphakade Ngifun' ukuba nawe namhlanjе Kuze kube ingunaphakade Kuzе kube ngunaphakade Ngifun' ukuba nawe ngoba [Bridge] Ngibonga ngalolu thando onginika lona Ngibonga nangenhlonipho ongibonisa yona Ngibonga nangegama lakho ongipha lona Lona, lona [Chorus] Ngifun' ukuba nawe phakade Naphakade, naphakade Ngifun' ukuba nawe namhlanje Kuze kube ingunaphakade Kuze kube ngunaphakade Ngifun' ukuba nawe phakade Naphakade, naphakade Ngifun' ukuba nawe namhlanje Kuze kube ingunaphakade Kuze kube ngunaphakade Ngifun' ukuba nawe phakade
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...