Ziph’ Inkomo (Live)

Lyrics
[Chorus I] Ziph' Inkomo, zamalobola? Ziph' Inkomo, zamalobola? Ooh-Oooh lashon' ilanga, lashon' ilanga Ooh-Oooh lashon' ilanga, lashon' ilanga [Verse 1] Wash' uThandiwe Wathi indoda zinkomo Wash' uThandiwe Wathi indoda zinkomo zayo Ngiya bafuna bantwana Ngi funa no muzi Amaseko akuthi aqhebekileyo Angifun' ukuthi [?] nawe Suk' udlala ngami no thando lwami Wash' uThandiwe Endixelela eziqhezini (Eziqhezini) Wash' uThandiwe Endixelela eziqhezini, we babe (Eziqhezini) [Chorus I] Ziph' Inkomo, zamalobola? Ziph' Inkomo, zamalobola? Ooh-Oooh lashon' ilanga, lashon' ilanga Ooh-Oooh lashon' ilanga, lashon' ilanga [Verse 2] Ngiya mthand' uThandiwe Oh, ngi phupha ngaye, ngi phupha ngaye Ngiya mthand' uThandi.. Thandi... Thandi... Thandiwe Ngi phupha ngaye, ngi phupha ngaye Ngiya bafuna bantwana Ngi funa no muzi Kodwa izinkomo azivuki [?] Kudala ngi sebenza izinkompone Ngi simpi igolide Kodwa imali ayikho Yintlupheko ezinkompone (Hau, kujuluk' indoda) Ha, kuhlolwa ba phesheya Zaphela inkomo zinka baba Kwenze njani na, umhlaba ka baba? Inkomo zinka baba [Chorus II] Ziph' Inkomo? (Ziph' Inkomo, zakho zamalobola?) Ziph' Inkomo? (Wangi buz' uThandiwe, wangi buza) Ziph' Inkomo? (Wathi ziph' Inkomo, zakho zamalobola?) Wathi ziph' Inkomo zakho? [Post-Chorus] Sifanela kulandela (Amaseko wethu) Sifanela kulandela (Nemithetho ye sentu) Sifanela kulandela (Amaseko sentu) Sifanela kulandela (Nemithetho ye wethu) [Refrain] Wash' uThandiwe, we babe, we babe Wathi ziphi inkomo zakho, ziphi inkomo zakho? (Zamalobola) Zamalobola Wash' uThandiwe, we babe, we babe Wathi ziphi inkomo zakho, ziphi inkomo zakho? Zamalobola Wash' uThandiwe, we babe, we babe Wathi ziphi inkomo zakho, ziphi inkomo zakho? Zamalobola [Outro] Ziph' Inkomo (Ziph' Inkomo, zamalobola?) Ziph' Inkomo (Ziph' Inkomo, zamalobola?) Ziph' Inkomo (Wangi buz' uThandiwe, wangi buza)
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Caiphus Semenya