Umaqondana

Lyrics
[Verse 1: Azana] Ngiyehla ngiyenyuka angimuthol' umaqondana Izinsuku ziyedlula angisithol' isithandwa sami Bayabusa abalutholile uthando, abathi sofa silahlane Bayabusa abalutholile uthando, abathi nal'ubambo lwami [Chorus: Azana] Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale Angimuthol'umaqondana Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale Angimuthol'umaqondana [Pre-Chorus: Azana] Kuvele kube mnyama, mese kusekuzokhanya Noma kusesemnyama, ngiyethemmba kuzokhanya Kuvele kube mnyama, mese kusekuzokhanya Noma kusesemnyama, ngiyethemmba kuzokhanya [Chorus: Azana] Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale Angimuthol'umaqondana Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale Angimuthol'umaqondana Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale Angimuthol'umaqondana Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale Angimuthol'umaqondana [Verse 2: Sino] Andifumani usofasilahlane wani (sofa silahlane wani) Andisfumani is'thandwa senhliziyo yami (inhliziyo yam yam) Kaz'ba uphi yena, yen'ozofunisana name Kaz'bushonephi naye na ozohlekisana nam' Oh nam' ndithini weh [Pre-Chorus: Azana] Kuvele kube mnyama, mese kusekuzokhanya Noma kusesemnyama, ngiyethemmba kuzokhanya Kuvele kube mnyama, mese kusekuzokhanya Noma kusesemnyama, ngiyethemmba kuzokhanya [Chorus: Azana] Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale Angimuthol'umaqondana Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale Angimuthol'umaqondana Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale Angimuthol'umaqondana Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale Angimuthol'umaqondana [Outro: Azana] Maqondana wam ushonephi nah? Ayy Maqondana wam ushonephi nah? Ayy Maqondana wam ushonephi nah? Ayy Maqondana wam ushonephi nah? Ayy
Rate this song
0/5.0 - 0 Ratings
Loading comments...
Credits
- Writers
- Sino Msolo
- Azana